{"product_id":"isikole-sabaholi-9798231900794","title":"Isikole Sabaholi","description":"\u003cp\u003e • Author(s): Sandile Mpisana | Mpostoli\u003cbr\u003e • Publisher: Sandile Mpisana\u003cbr\u003e • Publisher Imprint: Sandile Mpisana\u003cbr\u003e • BISAC: Christian - Biblical\u003c\/p\u003e\u003cp\u003e\u003c\/p\u003e\u003cp\u003eIGAZI LIKAJESU LIYAKUBIZA - ISIKHALI SOKUPHILA\u003c\/p\u003e\u003cp\u003eLencwadi ayiyona nje incwadi yokufundwa kuphela-kepha iyisikhali esinamandla angunaphakade, umkhonto kaNkulunkulu wokuhlenga, nokungoba izinhlelo zobumnyama. Emhlabeni ogwele izinsongo ezingabonakali, ukucindezeleka okungokomoya, nezinhlelo zikadeveli zokuhlukumeza abantu bakaNkulunkulu, igazi likaJesu limi njengovimbayo ongangotshwa, njengamandla angenakuhlulwa, njengento eyodwa engathatha umuntu amkhuphule aphume ekuboshweni, ekuguleni, nasebumnyameni.\u003c\/p\u003e\u003cp\u003eKusukela ekuqaleni kwesikhathi, igazi lalikhuluma. Lakhala ngephango ngesikhathi u-Abela ebulawa, lahamba phambili kwabayinzalo ka-Israeli eGibhithe ngesikhathi kwengezwa iNkosi yeSiphephelo, lamisa isivumelwano, futhi ekugcineni, lachitheka esiphambanweni ukuze kuhlengwe izono zomhlaba wonke.\u003c\/p\u003e\u003cp\u003eNamuhla, igazi lisakhuluma! Lisasebenza! Liyaphulukisa, liyahlenga, liyavikela, futhi liyaphula woke amaketango ezitha. Lencwadi iyisimemezelo esinamandla kubo bonke abantu emhlabeni woke: isikhathi sokubuyela egazini likaJesu sesifikile\u003c\/p\u003e","brand":"Atlantic Books","offers":[{"title":"Paperback","offer_id":46380301942935,"sku":"9798231900794","price":1075.0,"currency_code":"INR","in_stock":true}],"thumbnail_url":"\/\/cdn.shopify.com\/s\/files\/1\/0666\/3471\/1191\/files\/9798231900794.webp?v=1768769337","url":"https:\/\/atlanticbooks.com\/products\/isikole-sabaholi-9798231900794","provider":"Atlantic Books","version":"1.0","type":"link"}